News

Cape Town - Ngisanda kubhala izivivinyo zaphakathi konyaka. Ngifunda ngibe ngisebenza kodwa ngithola ukufunda manje kulula kakhulu kunalesi sikhathi ngiqala ukungena ezikhungweni zemfundo ephakeme ...
UNksz Phoswa ukhuluma kanje yingoba uhambo lwakhe lokufunda lube nzima kakhulu futhi lwaba nezinselelo eziningi. Waqala ukufunda eDUT ngo-2009 eyokwenza izifundo ze-National Diploma in Human Resources ...
Nakuba ephumelele kodwa uthi ziningi izinselelo adlule kuzona okubalwa ukusebenza ezikoleni ezingenazo izinsiza, ukufunda ebe esebenza, ukungalali efunda noma ecwaninga, ukungakutholi ukwesekwa ...
Durban – Inyuvesi yaKwaZulu-Natal (UKZN) ngoLwesine ikumisile ukufunda kuzona zonke iikhungo zayo kulandela imibhikisho ebonakale eMgungundlovu naseWestville kuleli sonto. Okhulumela inyuvesi, uLesiba ...